Fakaza

Anzo & Mzukulu - Amahora (feat. Bongane Sax)

Posted by Anzo & Mzukulu on July 3, 2024

Information

Title: Amahora (feat. Bongane Sax)
Artist: Anzo & Mzukulu
Album: Amahora
Release Year: 2020
Duration: 3:33
Size: 4.88 MB
Source: YouTube

Anzo & Mzukulu - Amahora (feat. Bongane Sax) Lyric

Ye molo la, ngashona
Ye molo molo molo bo
Ye molo la, ngashona
Ye molo bo

Sengibala amahora, malike lashona
Thath' iskhwama sami sengikhumbul' ekhaya
Bala amahora
Malike lashona, thath' iskhwama sami
Sengikhumbul' ekhaya

Mina ngiyahamba, ngiyahamba
Iyolala ibonene sengikhumbul' ekhaya
Ngikhumbul' umkami
Ngikhumbul' umkami
Iyolala ibonene sengikhumbul' ekhaya

Ye molo la, ngashona
Ye molo wemadoda lashona bo
Ye molo la, ngashona
Ye molo wemadoda lashona bo
Umthwalo usobhokweni wemadoda
Nami ke namhla ngeke ngilale la
Umthwalo usobhokweni wemadoda
Nami ke namhla ngeke ngilale la
Ngikhumbul' umkami madoda
Ngikhumbul' elawini wemadoda
Ngikhumbul' umkami madoda
Ngikhumbul' elawini wemadoda

Sengibala amahora
Malike lashona thath' iskhwama sami
Sengikhumbul' ekhaya
Bala amahora malike lashona
Thath' iskhwama sami sengikhumbul' ekhaya
Mina ngiyahamba, ngiyahamba
Iyolala ibonene sengikhumbul' ekhaya
Ngikhumbul' umkami
Ngikhumbul' umkami
Iyolala ibonene sengikhumbul' ekhaya

Wenduna, wenduna
Bengicel' ukuthi ungikhulumele nomphathi omkhulu
Wenduna, wenduna
Bengicela liyongishonela ezweni lobabomkhulu
Ngicel' ungidedele makushaya uthwelufu
Fun' ukuyoqala ngokupakisha umthwalo
Cel' usheshe ukuthi angibekel' isihlalo
Ngoba ngiyehla nje ngiyobona uMaKhumalo
Angiziyenzisi nhlobo ngikhumbul' owakwami
Kwathi angiqale manje ngikhumbul' ulovey wami
Mina angeke, ngeke ngimele obunye ubusuku ngaphandle kokukhahlel'abafana

Sengibala amahora
Malike lashona
Thath' iskhwama sami sengikhumbul' ekhaya
Bala amahora
Malike lashona
Thath' iskhwama sami sengikhumbul' ekhaya
Mina ngiyahamba, ngiyahamba
Iyolala ibonene sengikhumbul' ekhaya
Ngikhumbul' umkami
Ngikhumbul' umkami
NgIolala ibonene sengikhumbul' ekhaya

Related Posts

Anzo - Why

Anzo - Why

Anzo 3:18
Anzo - Dlala

Anzo - Dlala

Anzo 3:25
Anzo - Mamkhize

Anzo - Mamkhize

Anzo 4:32