Fakaza

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Posted by Lwah Ndlunkulu on July 3, 2024

Information

Title: Ngiyeza
Artist: Lwah Ndlunkulu
Album: Ngiyeza
Release Year: 2023
Duration: 4:42
Size: 6.45 MB
Source: YouTube

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza Lyric

Dali wen'unghambel'uMaweni
Ngiyeza ngzohlala kini
Ngenxa yent'engaphakathi kimi
Dali wami

Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob'ufuna ngzohlala kini
Dali wami
Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob'ufuna ngzohlala kini
Wowo dali

Ngoba wath'uthando lukhona
Kodw'inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
Kodw'inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini

Noma bengathi ngikipitile
Bekhulume kabi ngathi
Bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile
Soka lami
Wena hamb'kwa Ndonga ziyaduma
Awhambe uyosebenza
Khon'uzobuya ukuxhumane nomalume
Bath'ekhaya uyinkunzi yomgulukudu
Wena ukhonz'abobhululu
Omalume bethi kim ngisphukuphuku

Dali wen'unghambel'uMaweni
Ngiyeza ngzohlala kini
Ngenxa yent'engaphakathi kimi
Dali wami

Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob'ufuna ngzohlala kini
Wowo dali

Ngoba wath'uthando lukhona
Kodw'inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
Kodw'inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini

Themba lami likuwe thando lwethu likhulu
Mabekhuluma sthule nezitha zishlula
Sthandwa uhamb'ubuye
Bathi uzoduka nezwe kanjani
Anibiz'uMaweni
Khonazonginika ubheka mina ngedwa
Ngedwa voh

Dali wen'unghambel'uMaweni
Ngiyeza ngzohlala kini
Ngenxa yent'engaphakathi kimi
Dali wami

Wokhuluma wokhuluma
Wokhuluma dali
Ngob'ufuna ngzohlala kini
Wowo dali

Ngoba wath'uthando lukhona
Kodw'inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini
Kodw'inkomo azikho
Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini
Oh ngyeza ngzohlala kini
Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini

Related Posts

Mthandeni SK - Paris

Mthandeni SK - Paris

Mthandeni SK 4:18
Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu 3:35
Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu 4:21
Big Zulu - Voicemail

Big Zulu - Voicemail

Big Zulu 4:39
Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu 4:42
Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu 3:44
Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu 4:08
Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu 4:58
Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu 3:43
Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu 3:39
Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu 4:35
Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu 4:49