Fakaza

Mas Musiq - Ngizomlobola (feat. Mlindo The Vocalist & Tallarsetee)

Posted by Mas Musiq on July 3, 2024

Information

Title: Ngizomlobola (feat. Mlindo The Vocalist & Tallarsetee)
Artist: Mas Musiq
Album: Mambisa
Release Year: 2019
Duration: 7:14
Size: 9.93 MB
Source: YouTube

Mas Musiq - Ngizomlobola (feat. Mlindo The Vocalist & Tallarsetee) Lyric

Ngabe ngiyak' lobola sthandwa sam uhlal' ekhaya
Inkinga nje ngishaya nga macent lovie wam
Ngabe ngiyak' lobola uhlal' ekhaya sthandwa sam

Ube umama we bantwan' bam
Ube isthandwa se nhiziyo yam
Ube yonkito efuna yinhliziyo yam

Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz'umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz'umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz'umfazi wami

Imindeni ihlangene ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Imindeni ihlangene bo ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi wolwandle bo
Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi wolwandle

Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami

Imindeni ihlangene ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Imindeni ihlangene bo ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo

Uwedwa uwedwa uwedwa mama
Uwedwa uwedwa wedwa mama

Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami
Ngizomthatha, ngizomthanda
Ngizomlobola ngimyenz' umfazi wami

Imindeni ihlangene ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo
Imindeni ihlangene bo ivumile ukuthi mina naye sibe amathe nolimi bo

Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi wolwandle
Anin' yekeni bo
Ngizomthanda kuze kushon' ilanga
Ngizomthanda kuze kuphel' amanzi wolwandle bo
Ngizomlobola

Related Posts

Daliwonga - 10 Kilometres

Daliwonga - 10 Kilometres

Daliwonga 6:55
Daliwonga - Igunana

Daliwonga - Igunana

Daliwonga 6:21
Aymos - Phesheya

Aymos - Phesheya

Aymos 6:40
Aymos - Falling For You

Aymos - Falling For You

Aymos 6:23
Mas Musiq - Trip To Mambisa

Mas Musiq - Trip To Mambisa

Mas Musiq 7:22