Fakaza

Nomfundo Moh - Kahle

Posted by Nomfundo Moh on July 3, 2024

Information

Title: Kahle
Artist: Nomfundo Moh
Album: Amagama (Deluxe)
Release Year: 2022
Duration: 4:00
Size: 5.49 MB
Source: YouTube

Nomfundo Moh - Kahle Lyric

(Yeah you know it oh)

Thabath' inhliziyo yami (yami)
Undlinze ngothando lwethu weMazweni
Ungath' ungahlal' useduze kwami
Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni
Uma bethi likhiph' umkhovu etsheni
Basuke belinganisa ngothando lwethu (oho)
Lushisa bhe, wena owabon' ilanga ehlobo (oho)

Wen' unguy' engimdingayo
Impel' unguy' inhliziy' emkhethayo
Laph' uthando lwakho lung'holela khona
Mina ngizolandela ah!
Ngob' unguy' engimdingayo!
Impel' unguy' inhlinziy' emkhethayo

Ngiyaqal' ukuthola uthand' olunjena
Ngiyaqal' ukuthola uthand' olunjena
Ungiphethe kahle
Ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle, ubutofotofo lovey

Baby, asambe soshaywa umoya lapha ngasolwandle
Honey, belunjani suku lwakho ke namhlanje?
Yizo lez' izinto encan' eyjabulis' umoya (moya)
Bengingazi ukuthi uyang'thanda
Bengithi udlala ngami (bengithi udlala ngami)
Awu sekuyacac' awunaso isikhathi sokudlala
Awufune lutho ngami (awufune lutho ngami)

Uthando lwakho (oh oh uthando)
Lona lubanzi lujulile (lona lubanzi)
Lona lubanzi lujulile (lujulile eh!)

Ngiyaqal' ukuthol' uthand' olunjena (olunje he)
Ngiyaqal' ukuthol' uthand' olunjena (ayi olunje he)
Ungiphethe kahle (ungiphethe kahle)
Ungiphethe kahle umuntu wami (ungiphethe kahle eh-eh!)
Ungiphethe kahle, ubuntofotofo lovey (heh!)

Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando olunjena ha ha ha)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando oluhle!)
Ungiphethe kahle (oluhle eh! Uthando ho ho)
Ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle, ubuntofotofo lovey oh-oh!

Related Posts

Fezeka Dlamini - Uyangijabulisa

Fezeka Dlamini - Uyangijabulisa

Fezeka Dlamini 4:49
Nomfundo Moh - Soft Life

Nomfundo Moh - Soft Life

Nomfundo Moh 4:09
Nomfundo Moh - Izibusiso

Nomfundo Moh - Izibusiso

Nomfundo Moh 4:15
Nomfundo Moh - Lilizela

Nomfundo Moh - Lilizela

Nomfundo Moh 4:08
Nomfundo Moh - Uthando Lunye

Nomfundo Moh - Uthando Lunye

Nomfundo Moh 4:14
Nomfundo Moh - Umthwalo

Nomfundo Moh - Umthwalo

Nomfundo Moh 3:39
Nomfundo Moh - Kusengakhanya

Nomfundo Moh - Kusengakhanya

Nomfundo Moh 4:06
Nomfundo Moh - Isandla Sikamama

Nomfundo Moh - Isandla Sikamama

Nomfundo Moh 4:04
Nomfundo Moh - Kahle

Nomfundo Moh - Kahle

Nomfundo Moh 4:00
Nomfundo Moh - Isthombe

Nomfundo Moh - Isthombe

Nomfundo Moh 4:14
Nomfundo Moh - Umona

Nomfundo Moh - Umona

Nomfundo Moh 3:59
Nomfundo Moh - Nginjena

Nomfundo Moh - Nginjena

Nomfundo Moh 4:37
Nomfundo Moh - Ndaba Zabantu

Nomfundo Moh - Ndaba Zabantu

Nomfundo Moh 4:17
Nomfundo Moh - Muntu Wasemzini

Nomfundo Moh - Muntu Wasemzini

Nomfundo Moh 4:36
MIKA - Feels Like Fire

MIKA - Feels Like Fire

MIKA 3:15
Nomfundo Moh - Nanini (feat. Simmy)

Nomfundo Moh - Nanini (feat. Simmy)

Nomfundo Moh 4:13
Nomfundo Moh - iLifa

Nomfundo Moh - iLifa

Nomfundo Moh 3:51
Nomfundo Moh - Umncele

Nomfundo Moh - Umncele

Nomfundo Moh 3:04
Nomfundo Moh - Amagama (Outro)

Nomfundo Moh - Amagama (Outro)

Nomfundo Moh 2:38
Nomfundo Moh - Jikeleza

Nomfundo Moh - Jikeleza

Nomfundo Moh 4:00
Nomfundo Moh - Ingoma

Nomfundo Moh - Ingoma

Nomfundo Moh 3:24
Darque - Amaketango

Darque - Amaketango

Darque 6:35
Sjwevu Deepchild - Hours of dawn

Sjwevu Deepchild - Hours of dawn

Sjwevu Deepchild 5:23