Title: | Izelamani |
---|---|
Artist: | Navigator Gcwensa |
Album: | Unsubdued |
Release Year: | 2022 |
Duration: | 3:21 |
Size: | 4.6 MB |
Source: | YouTube |
Weh ntombi udidekile yini
Noma ke ikrele kawunalo sithandwa
Weh ntombi udidekile yini nawena
Noma ke ikrele kawunalo
Weh ntombi udidekile yini wena
Noma ke ikrele kawunalo sithandwa
Weh ntombi udidekile yini
Noma ke ikrele kawunalo sithandwa
Awu usuwenzani uyangiphoxa manje
Weh ngane kaMchazeleni
Usuwenzani uyangiphoxa manje
Weh ngane kaMchazeleni
Waqoma lona waphinde waqoma loya
Weh ngane kaMchazeleni
Waqoma lona waphinde waqoma loya
Usuwenzani uyangiphoxa manje
Weh ntombi udidekile yini na
Uye waqom'izelamane (Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
Usuwenzani uyangiphoxa manje (Yaqoma'izelamani)
Weh ntombi waqom'izelamane (Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
Usuwenzani uyangiphoxa manje (Yaqoma'izelamani)
Weh ntombi udidekile yini wena (Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
Noma ke ikrele kawunalo (Yaqoma'izelamani)
(Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
(Yaqoma'izelamani)
(Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
(Yaqoma'izelamani)
(Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
(Yaqoma'izelamani)
Weh ntombi udidekile yini wena
Noma ke ikrele kawunalo sithandwa
Weh ntombi udidekile yini wena
Noma ke ikrele kawunalo
Weh ntombi udidekile yini wena
Noma ke ikrele kawunalo sithandwa
Weh ntombi udidekile yini
Noma ke ikrele kawunalo sithandwa
Usuwenzani uyangiphoxa manje
(Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
Weh maye chazanini (Yaqoma'izelamani)
Usuwenzani uyangiphoxa manje
(Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
Weh maye chazanini (Yaqoma'izelamani)
Waqoma lona waphinde waqoma loya
(Yeh wena wekrele uwe owazala lentombi)
Weh maye chazanini (Yaqoma'izelamani)