Title: | Ngenelela (feat. Brenda Mtambo) |
---|---|
Artist: | Xolly Mncwango |
Album: | Jesus Is Enough |
Release Year: | 2020 |
Duration: | 4:47 |
Size: | 6.57 MB |
Source: | YouTube |
Ham, ham, ham
Ham ham
Ham, ham, ham
Ham ham
Ham, ham, ham
Ham ham
Ham, ham, ham
Ham ham
Ngenelela Nkosi
Ngenelela Nkosi
Ngenelela Nkosi
Esimweni sami
Ngenelela Nkosi
Ngenelela Nkosi
Ngenelela Nkosi
Esimweni sami
Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni
Lapho usizo lwami luvela khona
Ngenzile, ngizamile ngamandla ami Baba
Ngidinga Wena
Ngenelela Nkosi esimweni sami
Ngenelela Nkosi
Yenz'intando yakho Baba (Ngenelela Nkosi)
Bamb'isandla sami (Ngenelela Nkosi)
Ngiyesaba Baba (Esimweni sami)
Mawungizwe nam
Yizw'amazwi am
Intando yakho mayenziwe kimi ey
Ngenelela Nkosi esimeni sam
Ey ey hee (Ngenelela Nkosi)
Ngiph'amandl'amasha (Ngenelela Nkosi)
Ngenelela Nkosi (Ngenelela Nkosi)
Amandl'ayaphela (Esimweni sami)
Hamba nathi Baba (Ngenelela Nkosi)
Bamb'isandla sami heee (Ngenelela Nkosi)
Ngenelela Nkosi
Esimweni sami
Ngizw'izwi lakho (Ngenelela Nkosi)
Mang'nokwesaba (Esimweni sami)
Lithi ngoba nawe Eparadesi (Ngenelela Nkosi esimweni sami
Masihamba nawe asinokwesaba (Ngenelela Nkosi)
Sithembe wena Mvelinqambi (Esimweni sami)
Sus'ukwesaba, leth'amandl'amasha Baba (Baba siyakhuleka Kuwe Baba)
Vela ngobuQhawe Bakho (Baba siyakhuleka Kuwe Baba)
Ungasilahl'endleleni Baba (Baba siyakhuleka Kuwe Baba)
Baba siyakhuleka Kuwe Baba (UMvelinqangi)
UMafung'angajiki (Baba siyakhuleka Kuwe Baba)
Dwal'elimiyo phakade (Baba siyakhuleka Kuwe Baba)