Title: | I come back |
---|---|
Artist: | Skweletu |
Album: | Imbecile berth |
Release Year: | 2022 |
Duration: | 5:05 |
Size: | 6.98 MB |
Source: | YouTube |
Yini esemendweni
Abangani bami babuyile bonke
Yini esemendweni
Abangani bami babuyile bonke
Yini le esemzini ngyabuza
Abangani bami babuyile bonke
UNomathemba loyo othole nezinkomo
Kuthiwa naye usebuyile
UZibuyile lo owayegane kahle
Kuthiwa naye usebuyile
UZandile lo owayeshade nendoda enemali
Bathi naye usebuyile
Yebo ngyavuma imnyaka yami ingeqile
Bekumele ukuba ngabe sengagana
Yebo ngyavuma imnyaka isingeqile
Bekumele ukuba ngabe sengagana
Ngeke ngigane mina labafana laba bangangibiza ucobho cobhozile
Ngeke ngigane mina labafana laba bangangibiza ucobho cobhozile
Bethi cobho cobhozile buy'emzini cobho cobhozile
Bethi cobho cobhozile buyelen'emzini cobho cobhozile
Yini le esemzini kanti abangani bami babuyile
Uma besashaya I come back emendweni (Angisayi khona)
Angeke ngiye (Ngiyogugela ekhaya)
Uma besashaya I come back emendweni (Angisayi khona)
Angeke ngiye (Ngiyogugela ekhaya)
Uma besashaya I come back emendweni (Angisayi khona)
Angeke ngiye (Ngiyogugela ekhaya)
Ukube ubaba wayefuye izinkomo
Ubengeke athi angiyogana
Ukube ubaba wayefuye izinkomo
Ubengeke athi angiyogana
Ukube ubaba wayefuye izinkomo
Ubengeke athi angiyogana
Uma besashaya I come back emendweni angeke ngiye=
Yebo ngyavuma imnyaka yami isingeqile
Bekumele ukuba ngabe sengagana
Ngeke ngigane mina labafana laba bangangibiza ucobho cobhozile
Ngeke ngigane mina labafana laba bangangibiza ucobho cobhozile
Bethi cobho cobhozile buy'emzini cobho cobhozile
Bethi cobho cobhozile buyelen'emzini (Angisayi khona)
Cobho cobhozile (Ngiyogugela ekhaya)
Yini esemendweni kanti (Angisayi khona)
Abangani bami babuyile bonke(Ngiyogugela ekhaya)